CORRECT LYRICS

Lyrics : Emlanjeni

Mvula thula, mvula thula
Ngifuna okuyobona isthandwa sam weh
Mvula thula, mvula thula
Ngifuna okuyobona uLovie wam weh

Sabawela, ngiyabawel' ukumbona yena
Ngiyabawela ngiyabawel' ukumbona yena (unana)

Ukuvela kwelanga ngiyophuma ngishone kuwe
Ngihamba amakilometer mina ngiyehl' imifula
Ngihlangabeza iyikhukhula
Noma kwenyuka, uzongthola emlanjeni soka lami

Ngiyafa yinkumbulo nothando
Mvula cela uthule webafo
Ngiyobona uMy Sweety My Lavo
Sow'zongthola emlanjeni sthandwa sam