CORRECT LYRICS

Lyrics : Imoto

Imoto uma imile, uma imile
Ayikhonkothwa nazizinja oh nazizinja
Kodwa uma imile, uma imle
Zikhonkoth' ehambayo oh ehambayo
Yona imoto uma imile, uma imile
Ayikhonkothwa nazizinja oh nazizinja
Kodwa uma imile, uma imle
Zikhonkoth' ehambayo oh ehambayo

Baba somandla baba
We mdali wami baba
Uzungandilahli baba
Ngicel'ungivikele baba
Abantu yize ekholweni lami
Balahla ukholo lwami
Bafuna ndihambe indlela zabo
Bafuna ngisuke kuwe

Baba somandla baba
We mdali wami baba
Uzungandilahli baba
Ngicel'ungivikele baba
Abantu yize ekholweni lami
Balahla ukholo lwami
Bafuna ndihambe indlela zabo
Bafuna ngisuke kuwe
Mna ndiyaz'phandela ndiyaz'phandela
Angina twa ngizama impilo yam
Ngizamela abantwana basekhaya, bantwana basekhaya
Ngifuna bakhule be flexa, oh bakhulе be flexa yya
Ngifuna uDottie afundе emulti racial school
Afunde emulti racial school
Ahambe ngezimoto ezithandwa nguye
Oh ezithandwa nguye
Evarsity intwana yam ifike ngetransi, ifike ngetransi
Ne olady ngilithengel' idladla, something like idladla
Baya baya bayangizonda, bang'zonda ngingena twa
Andazi masengihlanganise kahle bazokwenzekani
Kush'ukuthi ikhona into abayibonayo kodwa

Baba somandla baba
We mdali wami baba
Uzungandilahli baba
Ngicel'ungivikele baba
Abantu yize ekholweni lami
Balahla ukholo lwami
Bafuna ndihambe indlela zabo
Bafuna ngisuke kuwe