AJOUTER PAROLES
Top 100
Sorties d'albums
artistes
Communauté
Espagnol
Portuguais
Anglais
Correction Paroles
Maduze
par
Sjava
Retour
Paroles
Noma ngabe ukude kunami Kodwa uyohlale ukhona enhlizweni yami Maye ng'yazizonda lezontaba mama ezing'sithela ulovie wami Bhekezela sthandwa sami, kusele iz'nsuku Ng'zokubona maduze Bhekezela sthandwa sami, kusele iz'nsuku Ng'zokubona maduze Maduze, duze, khaw'duze ndiphuze Maduze, duze, khaw'duze ndiphuze Ng'cel'uyiphathe khahle, lapho ukhona, darlie Nami ng'phatha khahle Ayukuthi angikwethembi Yazi ilingo, darlie hlale yikhona endleleni Inkumbulo, inkumbulo Ng'yazi, darliе uyafa inkumbulo Ng'cela uqaphele inkanuko, inkanuko Ayumzwangеndwa uba nenkanuko Mayefika amajongo Uwatshele ukuthi wena uqome le kwaZulu Mayefika ezo shela amajongo Uwatshele ukuthi wena uqome le kwaZulu O ntaba dilika Ng'bone isthandwa sami Ay'umama ubiza Noma ngabe ukude kunami Kodwa uyohlale ukhona enhlizweni yami Maye ng'yazizonda lezontaba, mama ezing'sithela ulovie wami Bhekezela sthandwa sami, kusele iz'nsuku Ng'zokubona maduze Bhekezela sthandwa sami, kusele iz'nsuku Ng'zokubona maduze Maduze, duze, khaw'duze ngiphuze Maduze, duze, khaw'duze ngiphuze
clip
Ton pseudo sera publié. Laisses les champs vide pour rester anonyme.
Soumettre
Modal title
×
Ajouter un média
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Se souvenir de moi
Mot passe oublié
Connectes-toi
M'inscrire