AJOUTER PAROLES
Top 100
Sorties d'albums
artistes
Communauté
Espagnol
Portuguais
Anglais
Correction Paroles
Ung'bulalelani
par
Blaq Diamond
Retour
Paroles
Wemfwethu ungibulalelani? Dadewethu ehh ungibulalelani? Sihlobo sami ungibulalelani? Ngithi ungibulalelani? Awu ungibulalelani? Ngithi ungibulalelani? Awu ungibulalelani? Sabandawonye, sabandawonye eh Sabandawonye, sabandawonye Oh thina sabandawonye, sabandawonye Oh thina sabandawonye, sabandawonye Sabandawonye, sabandawonye eh Sabandawonye, sabandawonye Oh thina sabandawonye, sabandawonye Oh thina sabandawonye, sabandawonye aaah Inzondo, imoya emibi ingigqiba ingifaka ekhoneni Impumelelo yami eyenza nihlale emoneni Ingane yabantu ayikwazi nanokuphas' eCollege Inkinga inkinga bayicimel' iknowledge Ngizama ukwakha nina nifika niyadiliza Anazi ukunyuka kwami nani nizo benefit(a) Lengxabano yethu yazi iyangikhalisa Kuthiw' abazukulu sebemphoxil' umagriza Yazi ngeliny' ilanga nami ngiyafisa Ukuthi sihlale sibambisane ukuze siwa achieve Ngisho isizukulwane naso singasifundisa Ukuthi masthandana isbongo singasiphakamisa Sabandawonye, sabandawonye eh Sabandawonye, sabandawonye Oh thina sabandawonye, sabandawonye Oh thina sabandawonye, sabandawonye Inzondo iyon' imbangela eyachith' igazi USiphiwe bewumjita ohlanganis' iplani Bathi uzenza ngcono ngoba uthand' ispani Laba banye izinto zabo ngathi azihlangani Lashabalal' isosha kwakhal' abazali Angiphath' iyingane ngazi zona zizodlani Ngazi uthini unembeza ngaphakathi Bathath' iqhawe ebelilisukumel' ikasi Wo webafwethu, wo dadewethu Wendl' emnyama nakhu sibulalana sodwa Asibambaneni Masithandaneni Ubobekezela imin' iyeza nakuwe Sabandawonye, sabandawonye eh Sabandawonye, sabandawonye Oh thina sabandawonye, sabandawonye Oh thina sabandawonye, sabandawonye ay Woo ooh Webafwethu ningibulalelani? Ngoba ngithi ngizamela thina Webafwethu ningibulalelani? Woo ooh Webafwethu ningibulalelani? Ngoba ngithi ngizamela thina Webafwethu ningibulalelani?
clip
Ton pseudo sera publié. Laisses les champs vide pour rester anonyme.
Soumettre
Modal title
×
Ajouter un média
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Se souvenir de moi
Mot passe oublié
Connectes-toi
M'inscrire