SUBMIT LYRICS
Top 100
Album releases
artists
Community
French
Spanish
Portuguese
Correction Lyrics
Wake Up
by
Teargas
Back
Lyrics
Wake up, wake up! Oh oh (Nah-na-na-na-na, na-na-na-na) Wake up, wake up! Oh oh (Nah-na-na-na-na, na-na-na-na) Kwakunjena, way back Kunjena nanamhlanje, It’s time to change It's Cashtime, wena uhlala u-late Uhamba umalela abangani estradini weTanayi Nayi ingulube isinonela emzini kababa Kanti yini bo, ungenwe yini lona? Woh! Uvuka yimbaba ubuyiswe yindlala Alale nasemini bo, Ugcwele ushidi lona, Woh woh! Masimukhuza, masimukhuza, umama uyamkhulumela Athi ingane yakhe iloyiwe, thina siyamusukela Kanti yivila voco, yivila voco (Woh woh!) Vuka, vuka! Do what ya gotta do, what are you waiting for? Tsoga, tsoga! Do what ya gotta do, what are you waiting for? Like mother like daughter Wemfazi waze wayimosha ingane Buka one, two, three, uyithola ebumnandini Igijimisa amadoda, uwazi kahle ukuthi ifuzebani Ngeke uyithole indoda ezokushada emaPartini Lento incane kodwa awuyibheke seyiqhuba isisu Ayizazi imithiswe ubani phakathi kwa Themba noSibusiso Ubani owathi uthole indoda enemoto my girl? Ubani owathi uthole enoCash, ubambe iLotto my girl? Nguwe, wemama, nguwe! Kwamele utshele ingane ubufebe yabufunda kuwe (Kuwe) Iyoh iyoh, Abafana bamubiza nge-BMX Iyoh iyoh, Bamqedile abazange bashiye Nix Vuka, vuka! Do what ya gotta do, what are you waiting for? Tsoga, tsoga! Do what ya gotta do, what are you waiting for? Ama night dress ekuseni, am night dress emini Kukhulunywa ngabantu, Aniyekeni amang man, aniyekeni amanga man yeses Kujutwana gqo ekuseni, kufuneka itot ye Brandy before kuyospanwa, Aniyekeni ukushaya shayana, yekani ukushayashayana, damn it Ema toilet eyigele zasekasi kushunqa insangu (Woh!) Kuvutha i’mbambo (Woh!) Ngama exam azivuki ibalo Bathi stomach in, chest out Uyiphoyisa uzogijimisa bani unjena? Hit the gym, hit a work out Maybe ungavuka nange promotion, oh yeah Vuka, vuka! Do what ya gotta do, what are you waiting for? Tsoga, tsoga! Do what ya gotta do, what are you waiting for? Wake up, Wake up!!!
music video
Your name will be published. Leave fields blanks to remain anonymous.
Submit
Modal title
×
Insert media
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Remember me
Lost password
Sign in
Register