SUBMIT LYRICS
Top 100
Album releases
artists
Community
French
Spanish
Portuguese
Correction Lyrics
Qoma
by
Blaq Diamond
Back
Lyrics
(Shun' Wenkabi) Yelelele (Yeah) Oh we mama Sweety my lavoh, yeah Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona (Oh sthandwa sam') Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona (Oh sthandwa sam') Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam') Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam') Heh ngithi qoma ntombi ngish' ukudla kwebhodw' ang'sakwazi Iphelil' imali yam', iphelil' ama take-away (Heh) Ngithi qoma ntombi ngish' ukudla kwebhodw' ang'sakwazi Iphelil' imali yam', iphelil' ama take-away Masufun' umaqondana, ungikhumbule nami Ngizok'thengel' i-perfume ebizayo Masufun' umaqondana, ungikhumbule nami (Ungikhumbule) Ngizok'thengel' i-perfume ebizayo Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam') Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam') Aw', eshu Ntombi, kunini ngagcin' ukuzwa umama ekhaya ekikiza? (Aw' weh) Kunini, ngagcin' uk'bona umakoti ebalen' ephithiza? (Aw' weh) Kodwa ubaba utshela abantu ukuthi nje mina ng'yathithiza Awu, qoma ntombi, awu qome Ngubo ziyabanda, ng'yak'vumel' ekhaya ushikishe (Aw' yeh) Inkomo zigcwel' isibaya (Aw' yeh) Mina eGoli ng'dlal' utshwala (Aw' wentombi) Kekh' oyol'vusa lelikhaya Hay' ubaba uyakhala, kuthani na? Zulu liyana le makhaya Aw', ntamba zakithi z'lel' is'thwathwa Aw', ntombi liyash' ikhaza Aw' inkomo zakithi zigcwel' isibaya (Wentombi) Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam') Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam') Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona (Oh sthandwa sam') Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love) Ekhaya bayojabula mabek'bona (Oh sthandwa sam') [Outro: Siya Ntuli]
music video
Your name will be published. Leave fields blanks to remain anonymous.
Submit
Modal title
×
Insert media
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Remember me
Lost password
Sign in
Register