SUBMIT LYRICS
Top 100
Album releases
artists
Community
French
Spanish
Portuguese
Correction Lyrics
Ungqongqoshe Wongqongqoshe (50 Bars)
by
Big Zulu
Back
Lyrics
Eh, zinkabi neynkabikazi Nawu lofifty eningicele wona Anganzi noma ufifty ke kodwa nom' ubani Kodwa nje hhayi ngizamazamile impela nami Ngathi akengithi uk'gxoba kancane Ngikhulume amagama Shwele! Anithule tu! Bafana kukhulume longqongqoshe Ungqongqoshe wongqongqoshe Ungqongqoshe ophatha abongqongqoshe Sikhule s'gobhoza sichith igazi ikhon yegobhoza Umnyango ngiyawukhahlela ngidons' iAK umangifun' ukungqongqoza O.K. asiqale lana ngizovele ngihlal' endabeni Hhayi ngoba ngiyazonda inkinga kuningi okusesfubeni Kunini nithi niyavuka kuphele ten years embhedeni Kodwa uma kukhon' onenkinga iyeza iaddress ekugcineni Bengizobiz' amagama niyashesh' uk'catcher amafeelings Ninezifo zeslungu nizozwa sek'thiwa ninoDepression Sibonge Sho Madjozi iLimpopo ineBET URiky Rick unovaselina Uma uTrepha uphashiswa yini? Ubogawula ubheke insimbi iphambana nesphongo Sakhula ngoshuni ibeat lisangayibanga inzondo Bhasobha skinny jean uBrentwood udliwa amajongo Ufun ibeef ungalusanga ngibiz uZodwa ubon inkomo Isingle yam ezayo ngithe nginiphathel' uMufasa Inkunzi esimalunda-lunda ibhubesi ekade bel'hlaba Ngizorepha phez' kwetrack nginibonise ikhono likangaka Nina all you need is love dlalani iz'ngoma zikaSjava Kade ngibabhekile nje mina ngithule ng'yabuka Siland' isidlekile leBeef zilokh' ziyayfuna Inkabi sil'dekile lelitafula zadla zaphuma Zogcina ngokukhonkotha lezinja ayikho ezoluma Bengicela ukulungisa kungaze kuthiwe ngiDiss uSjava Indlalifa umfowethu siphuz' uThukela uKhahlamba Angisoze ngikwenze lokho ngithul' isgqoko nje my brother Inkabi isineXenophobia inok'shaya abantu bok'hamba Bafana niyaphaphalaza Ngifika neynkabi zami Loshuni uyan'hlambalaza Hhay' suka angidlal nani Ningay'mela le? Nikhala kabi Hhayi nxa ang'gcwali ngani Anibobuz' uMampintsha uza ngodumo ngiyayshaya into yakho! Kzomele nihlukanise phakathi kok'repha nok'Trepha Kodwa ngeke nihlukanise phakathi kok'Trepha nok'debha Kuzomele uhlukanise ngifeature uCassper noKwesta Akeskhohlwe amajournalist elam iphepha linoMandela Ubokhulum ubheke lana ukhuluma nomphathi Umphathi weNkabi Records, iCEO eish Bengingazi Wosondoz' iDemo ngiyolilalela umangineskhathi Kodwa angifuni [?] kakhulu ngoba asiykhokh' iOvertime Ukuthath' iAward kwangithusa NaseBrentwood ngilinxusa Yilomrepha onebonga akekho omunye onje ngelusa Nakumaskandi bavuma sihlula abashubhel' iskhumba Inkinga nithanda uk'lala emini kanti niyashesha nok'phupha Ngiyazi ukuthi bengithembisile ukuthi ngizonishiyela ikheli Nacabang' uKhumalo, cha bengith' iKheli Niyatrepha niyadebha abanye bas'phoxa kuSway Senibaning enimile iympiko ngathi islogan sePlay Kuthiwa abashiy inamba, cha lutho abapopi Usumanxebanxeba loshuni kodwa abawkhoni Indoda engaziwa egubh' umgodi kodwa aw'shoni Kuthiwa kunesandla sesthathu ngiza nes'sodwa like Black Coffee 'Nkabi neynkabikazi akesibasusel' impi yegodi Ushuni wenkabi inkani sihlukanise lab'odoti Ubani owathi ayihlome? eyakwethu ke uphondo ayigobi But inkabi ayina air play yebo angiphaphi angiyona inyoni Angisho ukuthi ngithini kodwa bafana angisaboni Ithini inkabi uZakwe StogieT mina ang'sakhoni Yashonaphi iRap kukhon itrap inja ayisachomi Ngikhule ngoTumi From the View Ufike izolo waz' uStogie... 'Nkabi neynkabikazi kwathula Ngithi ukhona ophakamayo? Shh Ngith' ukhona osukumayo? Ungqongqoshe wongqongqoshe Ngith ukhona okhulumayo? Inkabi ibulala amadoda ungangtsheli ngoKelly Khumalo Safika kunezinja irap isiphethwe amakati Sithule nje siyabuka oDude bazbiza ngeynkabi Khohlwani bafana inkabi ayidlali ipillow fight Ngoba niphenduka abafazi nibona iphenti kuma-losgat Umphathi woshuni bafana ilomrepha webhinca Ongena kukikiz' iMabhida Zidl iBrentwood ziyagiya 'Nkabi neynkabikazi suka muva likholwa yizagila Ngijaiva iThuso Phala buka isandla ngiyababiza Ok sekunjalo ithi nginishiyele iAdress Dab dab skrr skrr sekunjalo Twenty One Seventy Five Nkabi Records Dab dab ushuni wenkabi bhabhayi Eyi Shwele inkabi ayizondi Idla nazo kodwa ziyhlaba Unogwaja odla nezinja Umahlek' ebulawa Usoka leyntombi zaseNkabi Record Ophatha elinentambo ibhodlela Noma kushoniwe liyadliwa udoko shwele Ungqongqoshe wongqongqoshe Umphathi wongqongqoshe Umlomo ongaceli lutho Siyakhuluma nje ngoba Khona iynkabi neynkabikazi shwele
music video
Your name will be published. Leave fields blanks to remain anonymous.
Submit
Modal title
×
Insert media
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Remember me
Lost password
Sign in
Register